Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Mathewu 19:19 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yazisa uyihlo nonyoko; wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.” IsiZulu 2020 hlonipha uyihlo nonyoko; wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.” Baasraak Zulu New Testament Bible Yazisa uyihlo nonyoko, nokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena. |
Yazisa uyihlo nonyoko, ukuze izinsuku zakho zande ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina, amagwababa asesigodini ayakulihlwitha, amazinyane okhozi alidle.
Ungaphindiseli futhi ungabi namagqubu kubantwana babantu bakini, kodwa kumelwe uthande umakhelwane wakho njengoba uzithanda wena. Mina nginguJehova.
Kumelwe yesabe, kube yilowo nalowo unina noyise, nigcine amasabatha ami; nginguJehova uNkulunkulu wenu.
Owesibili ofana nawo uthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Yena a araba, a re: O tla rata Jehova, Modimo wa hao, ka pelo ya hao yohle, le ka moya wa hao wohle, le ka matla a hao wohle, le ka kgopolo ya hao yohle. Le wa heno jwalokaha o ithata.
Ngoba lokhu ukuthi: Ungaphingi, ungabulali, ungebi, ungafakazi amanga, ungafi; uma kukhona omunye umyalo, kufinyelelwe kuleli zwi lokuthi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Ngokuba umthetho wonke ugcwaliswa ezwini linye nakuleli; Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena.
Yazisa uyihlo nonyoko, njengalokho uJehova uNkulunkulu wakho ekuyalile; ukuze izinsuku zakho zibe zinde futhi kukuhambele kahle ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona.
Uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo othi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena, nenza kahle;