UPetro wathi kuye: Kwabezizweni. UJesu wathi kuye: Ngakho-ke abantwana bakhululekile.
Mathewu 17:25 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi: Yebo. Esengenile endlini, uJesu wamandulela, wathi: “Ucabangani, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubani intela nenkokhiso? kubantwana babo, kumbe kwabafokazi? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi: “Uyayithela.” Esengene endlini uJesu wamandulela, wathi: “Usho ukuthini, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubaphi intela nenkokhiso, kumadodana awo noma kubafo, na?” IsiZulu 2020 Wathi: “Uyayithela.” Esengene endlini, uJesu wamandulela ngenkulumo, wathi: “Uthini umbono wakho, Simoni ngalokhu na? Amakhosi omhlaba ayithatha kobani intela yempahla neyekhanda; emadodaneni awo noma ebafokazini na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Wathi: Yebo. Esengenile endlini, uJesu wamandulela, wathi: “Ucabangani, Simoni? Amakhosi omhlaba athatha kubani intela nenkokhiso? kubantwana babo, kumbe kwabafokazi? |
UPetro wathi kuye: Kwabezizweni. UJesu wathi kuye: Ngakho-ke abantwana bakhululekile.
Bathi kuye: KaKesari. Wayesethi kubo: “Ngakho-ke nikani uKesari okukaKesari; nakuNkulunkulu okukaNkulunkulu.
UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.
Athi amadoda akwa-Israyeli: “Nimbonile lowo muntu owenyukile na?” wakhuphuka ukudelela u-Israyeli; umuntu oyombulala, inkosi iyakumcebisa ingcebo eningi, imnike indodakazi yakhe, ikhulule indlu kayise kwa-Israyeli.