Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inosathane, ikhathazekile; ngokuba iwela kaningi emlilweni, kaningi emanzini.
Mathewu 17:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha behlulekile ukuyiphulukisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha bahluleka ukuyiphulukisa.” IsiZulu 2020 Ngiyilethe kubafundi bakho, kodwa bahluleka ukuyiphulukisa.” Baasraak Zulu New Testament Bible Ngiyilethe kubafundi bakho, kepha behlulekile ukuyiphulukisa. |
Nkosi, hawukela indodana yami, ngokuba inosathane, ikhathazekile; ngokuba iwela kaningi emlilweni, kaningi emanzini.
UJesu waphendula wathi: “O sizukulwane esingakholwayo nesiphambeneyo, koze kube nini nginani na? koze kube nini nginibekezelela? mletheni lapha kimi.
Negama layo ngokukholwa egameni layo liyiqinisile le ndoda eniyibonayo neniyaziyo;