Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.
Mathewu 15:39 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesezimukisa izixuku, wangena emkhunjini, waya emikhawulweni yaseMagdala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esezimukisile izixuku wangena emkhunjini, wafika emikhawulweni yaseMagadana. IsiZulu 2020 Esezihlakazile izixuku, wangena esikebheni, waya eMagadana. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayesezimukisa izixuku, wangena emkhunjini, waya emikhawulweni yaseMagdala. |
Khona masinyane uJesu wacindezela abafundi bakhe ukuba bangene emkhunjini, bamandulele ukuya phesheya, yena esamukisa izixuku.
Abadlayo babe ngamadoda ayizinkulungwane ezine ngaphandle kwabesifazane nabantwana.
Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.
Wasengena masinyane emkhunjini kanye labafundi bakhe, waya emaphandleni aseDalmanutha.