Wathi uMika: “Uma ubuya nokubuya ngokuthula, uJehova akakhulumanga ngami.” Wathi: Lalelani nina bantu nonke!
Mathewu 15:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wasebiza amaxuku, wathi kuwo: Lalelani, liqedisise; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebabiza abantu, wathi kubo: “Yizwani, niqonde. IsiZulu 2020 Wayesebiza isixuku, wathi kuso: “Yizwani, niqonde. Baasraak Zulu New Testament Bible Wasebiza amaxuku, wathi kuwo: Lalelani, liqedisise; |
Wathi uMika: “Uma ubuya nokubuya ngokuthula, uJehova akakhulumanga ngami.” Wathi: Lalelani nina bantu nonke!
Khothamani nize kimi; lalelani, umphefumulo wenu uphile; ngiyakwenza nani isivumelwano esiphakade, izihe eziqinile zikaDavide.
Wathi: “Hamba, uthi kulaba bantu: ‘Yizwani nokuzwa, kepha ningaqondi; niyabona, kepha aniboni.
Nxa yilowo nalowo olizwa izwi lombuso, engaliqondi, omubi uyeza, ahlwithe okuhlwanyelwe enhliziyweni yakhe. Nguye owahlanyelwa ngasendleleni.
Akusikhona okungena emlonyeni okungcolisa umuntu; kodwa okuphuma emlonyeni, yikho okumngcolisayo umuntu.
Ngakho nxa libona amanyala encithakalo, akhulunywa nguDaniyeli umprofethi, emi endaweni engcwele, (ofundayo kaqedisise;)
ukuze uNkulunkulu weNkosi yethu uJesu Kristu, uYise wenkazimulo, aninike umoya wokuhlakanipha nokwambulelwa ekumazini yena;
Ngalokho nathi, kusukela osukwini esakuzwa ngalo, asiphezi ukunikhulekela, nokunxusa ukuba nigcwaliswe ukwazi intando yakhe kukho konke ukuhlakanipha nokuqonda kokomoya;
Uma noma ubani kini entula ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu opha bonke ngobuhle, engasoli; njalo uzakuphiwa.