Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.
Mathewu 14:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana; yaliyisa kunina. IsiZulu 2020 Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazane; yayisilinika unina. Baasraak Zulu New Testament Bible Ikhanda lakhe lalethwa ngoqwembe, lanikwa intombazana, yaliyisa kunina. |
Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.
Ukuthukuthela kuyisihluku, nolaka lulunya; kodwa ngubani ongema phambi komhawu?
Kodwa amehlo akho nenhliziyo yakho akukona nje kuphela ukuhaha kwakho nokuchitha igazi elingenacala nokucindezelwa nobudlova ukuze ukwenze.
Ngalokho, kuphila kwami, usho uJehova, ngikulungisele igazi, igazi liyakulandela;
Kwafika abafundi bakhe, basithatha isidumbu, basimbela; bahamba babikela uJesu.
Yayisiyaliwe ngunina yathi: Nginike lapha ngoqwembe ikhanda likaJohane uMbhapathizi.
Ngokuba bachitha igazi labangcwele nelabaprofethi, ubanikile igazi ukuba baliphuze; ngoba bafanele.