Mathewu 12:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa wathi kubo: Anifundanga yini uDavida akwenzayo mhla elambile yena lababelaye; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wathi kubo: “Anifundanga yini akwenzayo uDavide msukwana elambile kanye nababe naye IsiZulu 2020 Wathi kubo: “Anifundanga yini okwenziwa nguDavide nayehamba nabo mhla elambile, Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa wathi kubo: Anifundanga yini uDavida akwenzayo mhla elambile yena lababelaye; |
Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.
Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?
Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na?
Waphendula wathi kubo: Anifundanga yini ukuthi owabadala ekuqaleni wabenza owesilisa nowesifazane, na?
Bathi kuye: “Uyakuzwa lokhu abakushoyo laba na? UJesu wathi kubo: Yebo; anikaze nifunde ukuthi: Emlonyeni wezingane nabasancela uphelelisile ukudumisa na?
Kodwa mayelana lokuvuka kwabafileyo, kalifundanga yini okwakhulunywa kini nguNkulunkulu, esithi:
Kepha maqondana nabafileyo ukuthi bayavuswa, anifundanga yini encwadini kaMose esihlahleni ukuthi uNkulunkulu wakhuluma kuye, wathi: “Mina nginguNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe?
UJesu wabaphendula wathi: “Anifundanga yini nalokhu akwenzayo uDavide mhla elambile yena nababe naye;