Iyakuphendulela inhliziyo yawoyise kubantwana, nenhliziyo yabantwana koyise, ukuze ngingezi futhi ngishaye umhlaba ngesiqalekiso.
Mathewu 11:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba bonke abaprofethi nomthetho baprofetha kwaze kwafika uJohane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba abaprofethi bonke nomthetho baprofetha, kwaze kwafika uJohane. IsiZulu 2020 Ngokuba bonke abaphrofethi bomthetho baphrofetha kwaze kwafika uJohane. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuba bonke abaprofethi nomthetho baprofetha kwaze kwafika uJohane. |
Iyakuphendulela inhliziyo yawoyise kubantwana, nenhliziyo yabantwana koyise, ukuze ngingezi futhi ngishaye umhlaba ngesiqalekiso.
Kusukela emihleni kaJohane uMbhapathizi kuze kube manje umbuso wezulu uyafuzula, nabafuzulayo bayawuthatha.
Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.
Ngokuba abakhileyo eJerusalema nababusi babo, lokhu bengamazi, noma amazwi abaprofethi afundwa amasabatha ngamasabatha, bawagcwalisile ngokumlahla.
Kodwa khathesi-ke sekubonakalisiwe ukulunga kukaNkulunkulu ngaphandle komlayo, kufakazelwa ngumlayo labaprofethi;