UJuda wasesithi kuTamari umalokazana wakhe: Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, ize ikhule uSela indodana yami; ngoba wathi: Ukuze angafi lanjengabafowabo. UTamari waya wahlala endlini kayise.
Mathewu 1:3 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu; IsiZulu 2020 uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu, Baasraak Zulu New Testament Bible UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu; |
UJuda wasesithi kuTamari umalokazana wakhe: Hlala ungumfelokazi endlini kayihlo, ize ikhule uSela indodana yami; ngoba wathi: Ukuze angafi lanjengabafowabo. UTamari waya wahlala endlini kayise.
Amadodana kaJuda; u-Eri, no-Onani, noShela, noPerezi, noSeraki; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi: ngoHezironi noHamuli.
Emadodaneni kaSeraki; uJehuweli nabafowabo, bengamakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye;
U-Abrahama wazala u-Isaka; u-Isaka wazala uJakobe; uJakobe wazala uJuda nabafowabo;
U-Aramu wazala u-Aminadaba; u-Aminadaba wazala uNaason; uNahasoni wazala uSalimoni;
eyayiyindodana ka-Aminadaba, indodana ka-Aramu, indodana ka-Eziromu, indodana kaPheresi, indodana kaJuda,