Kwehla abathile bevela eJudiya, bafundisa abazalwane, bathi: “Uma ningasoki ngokwesiko likaMose, anikwazi ukusindiswa.
KwabaseGalathiya 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bhekani, mina Pawulu ngithi kini, uma nisoka, uKristu kayikunisiza ngalutho. IsiZulu 2020 Mina Pawula ngithi kini: uma nisoka, uKhristu akanalusizo lwalutho kini. Baasraak Zulu New Testament Bible Bhekani, mina Pawulu ngithi kini: Uma nisokwa, uKristu akayikunisiza ngalutho. |
Kwehla abathile bevela eJudiya, bafundisa abazalwane, bathi: “Uma ningasoki ngokwesiko likaMose, anikwazi ukusindiswa.
Njengoba sizwile ukuthi abathile abaphuma kithi banikhathaze ngamazwi, bedukisa imiphefumulo yenu, besithi: Kumele lisokwe, ligcine umlayo, esingabanikanga umlayo onjalo.
Kodwa kwasukuma abanye behlelo labaFarisi abakholwayo, besithi: Kumele ukubasoka, lokulaywa ukugcina umlayo kaMozisi.
Mina-ke Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangobubele bukaKristu, mina engithobekile nxa ngikhona phakathi kwenu, kepha nxa ngingekho nginesibindi ngani;
Kepha mina, bazalwane, uma ngisashumayela ukusoka, ngisashushiselwani na? khona-ke icala lesiphambano liphelile.
Ngokuba kuKristu Jesu ukusoka nokungasoki akulutho; kodwa ukholo olusebenza ngothando.
Ngalokho besifisa ukuza kini, mina Pawulu, kanye nakabili; kodwa uSathane wasivimbela.
Nokho ngenxa yothando kungcono ngikuncenge, mina enginjengoPawulu ixhegu, namanje futhi ngiyisiboshwa sikaKristu Jesu.