Le ndaba yaziwa nguMoridegayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayimemezela inkosi yayo egameni likaMoridekayi.
KwabaseFilipi 2:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo abheke nokwabanye. IsiZulu 2020 Yilowo nalowo anganaki okungokwakhe, kodwa anake nokwabanye. Baasraak Zulu New Testament Bible Yilowo nalowo angabheki okwakhe, kepha yilowo nalowo abheke nokwabanye. |
Le ndaba yaziwa nguMoridegayi, wayitshela u-Esteri inkosikazi; u-Esteri wayimemezela inkosi yayo egameni likaMoridekayi.
Wayesethi uMose kubantwana bakwaGadi nakubantwana bakwaRubeni: “Abafowenu bayakuya empini, nihlale lapha na?”
Kodwa okhubekisa abe munye kulaba abancinyane abakholwa kimi, kungcono kuye ukuthi itshe lokuchola ligaxwe entanyeni yakhe, acwiliswe ekujuleni kolwandle.
Ngakho-ke thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka bababuthakathaka, singazithokozisi thina.
Ngubani obuthakathaka, ngingabi buthakathaka nami? ngubani okhubekiswayo, mina ngingashi na?
Uma nigcina umthetho wobukhosi ngokombhalo othi: Wothanda umakhelwane wakho njengalokhu uzithanda wena, nenza kahle;