Njengakho konke engikubonisa khona, njengesifanekiso setabernakele nesifanekiso sezinto zonke zalo, niyakulenza kanjalo.
KumaHeberu 8:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Isikhonzi sendlu engcwele, nesetabernakele eliqinisileyo elamiswa yiNkosi, kungengamuntu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE isikhonzi sokungcwele nesetabernakele* lempela elamiswa yiNkosi kungemuntu. IsiZulu 2020 uyisikhonzi sokungcwele nesethabanakeli lempela, elamiswa yiNkosi, hhayi umuntu. Baasraak Zulu New Testament Bible Isikhonzi sendlu engcwele, nesetabernakele eliqinisileyo elamiswa yiNkosi, kungengamuntu. |
Njengakho konke engikubonisa khona, njengesifanekiso setabernakele nesifanekiso sezinto zonke zalo, niyakulenza kanjalo.
“Thatha umfowenu u-Aroni namadodana akhe kanye naye kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi, o-Aroni, noNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari, amadodana ka-Aroni.
U-Aroni azigqokise, ukuze akhonze, izwi lakhe lizwakale lapho engena endaweni engcwele phambi kukaJehova, nalapho ephuma, ukuze angafi.
UMose walithatha itabernakele, walimisa ngaphandle kwekamu, kude nekamu, walibiza ngokuthi itende lokuhlangana. Bonke ababeyifuna iNkosi baphuma, baya etendeni lokuhlangana elalingaphandle kwekamu.
Wathi kubo: Lawa angamazwi engawakhuluma kini ngisenani, ukuthi kumele kugcwaliseke konke okulotshiweyo emlayweni kaMozisi, lakubaprofethi, lemahutsheni, mina.
Kepha ngithi uJesu Kristu waba yisikhonzi sokusoka ngenxa yeqiniso likaNkulunkulu, ukuze aqinise izithembiso zabobaba;
Ngokuba siyazi ukuthi uma indlu yethu yasemhlabeni eyidokodo idilizwa, sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, eyaphakade, esezulwini.
Enisokwa kuye futhi ngokusoka okwenziwa ngaphandle kwezandla, ngokukhumula umzimba wezono zenyama ngokusoka kukaKristu.
Futhi wonke umphristi umi insuku ngensuku ekhonza njalo enikela kanengi yona leyomihlatshelo engeke yakwazi ukususa izono.
Ngase ngizwa izwi elikhulu livela ezulwini, lithi: Bheka, itabernakele likaNkulunkulu likubantu, uyakuhlala nabo, babe ngabantu bakhe, yena uNkulunkulu abe nabo, abe nguNkulunkulu wabo.