Phakamiselani amehlo enu emazulwini, nibheke emhlabeni phansi, ngokuba amazulu ayoshabalala njengomusi, nomhlaba uyoguga njengengubo, nabakhileyo kuwo bafe kanjalo; kepha insindiso yami iyoba phakade, nokulunga kwami akuyikuchithwa.
KumaHeberu 8:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuthi: Isivumelwano esitsha, usenze esokuqala siguge. Manje lokho okubolayo nokugugayo sekulungele ukunyamalala. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokusho lokho ukuthi: “Esisha,” uthe esokuqala sigugile; kepha okugugayo osekukudala kuseduze nokunyamalala. IsiZulu 2020 Uma ethi: “Esisha,” kusho ukuthi esokuqala sesiphelelwe yisikhathi, ngakho-ke osekuphelelwe yisikhathi, futhi sekukudala, sekuseduze ukuba kushabalale. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngokuthi: Isivumelwano esitsha, usenze esokuqala siguge. Manje lokho okubolayo nokugugayo sekulungele ukunyamalala. |
Phakamiselani amehlo enu emazulwini, nibheke emhlabeni phansi, ngokuba amazulu ayoshabalala njengomusi, nomhlaba uyoguga njengengubo, nabakhileyo kuwo bafe kanjalo; kepha insindiso yami iyoba phakade, nokulunga kwami akuyikuchithwa.
Kanjalo nenkezo emva kokudla kwakusihlwa, ethi: Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami elithululwa ngenxa yenu.
Uthando alusoze lwaphela; noma kukhona izilimi, ziyakunqamuka; noma kukhona ukwazi, kuyakunyamalala.
owasenza futhi amandla okuba yizikhonzi zesivumelwano esitsha; kungeyisikho okulotshiweyo kodwa okukamoya, ngoba okulotshiweyo kuyabulala, kodwa umoya uyaphilisa.
nakuJesu umlamuleli wesivumelwano esisha, nasegazini lokufafazwa, elikhuluma okuhle kunelika-Abela.
Kodwa khathesi usezuze inkonzo enhle kakhulu, njengoba engumlamuleli wesivumelwano esingcono, esimiswe phezu kwezithembiso ezingcono.
Ngokuba ebasola, uthi: Bheka, izinsuku ziyeza, isho iNkosi, lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli nendlu kaJuda.
Ngakho-ke ungumlamuleli wesivumelwano esitsha, ukuze kuthi ekufeni kube kuhlengwa eziphambekweni ngaphansi kwesivumelwano sokuqala, ababiziweyo bamukele isithembiso sefa eliphakade.