INkosi yazisola ukuthi yenze umuntu emhlabeni, futhi yadabuka enhliziyweni yakhe.
KumaHeberu 3:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho-ke ngaba lusizi ngaleso sizukulwane, ngathi: Bahlala beduka ezinhliziyweni zabo; futhi abazazi izindlela zami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngalokho nganengwa yileso sizukulwane, ngathi: ‘Bayaduka njalonjalo enhliziyweni yabo, abazazanga izindlela zami,’ IsiZulu 2020 Ngalokho-ke iminyaka engamashumi amane, nganengwa yileso sizukulwane, ngaze ngathi: ‘Bayaduka njalonjalo enhliziyweni yabo, abazange bazazi izindlela zami,’ Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho-ke ngaba lusizi ngaleso sizukulwane, ngathi: Bahlala beduka ezinhliziyweni zabo; futhi abazazi izindlela zami. |
INkosi yazisola ukuthi yenze umuntu emhlabeni, futhi yadabuka enhliziyweni yakhe.
Bangabi njengoyise, isizukulwane esinenkani nesihlubukayo; isizukulwane esingalungisanga inhliziyo yaso, nomoya waso ungagxili kuNkulunkulu.
Kwasekuyiminyaka engamatshumi amane ngidabukile ngalesisizukulwana, ngathi: Laba ngabantu abadukileyo enhliziyweni zabo, njalo abazazi izindlela zami.
Kepha nabo baduka ngenxa yewayini, baduka ngophuzo olunamandla; umpristi nomprofethi baduka ngophuzo olunamandla, badliwa yiwayini, baduka ngophuzo olunamandla; bayaduka embonweni, bayakhubeka ekwahluleleni.
Kepha bahlubuka, bahlupha uMoya wakhe oNgcwele; ngalokho waba yisitha sabo walwa nabo.
Ngokuba abantu bami bayiziwula, abangazi; bangabantwana ababuthakathaka, futhi abanakuqonda; bahlakaniphile ekwenzeni okubi, kepha ukwenza okuhle abakwazi.
Abantu bami babuza enqoleni yabo, udondolo lwabo luyabatshela, ngokuba umoya wobufebe ubadukisile, baphingile phansi kukaNkulunkulu wabo.
Wabaqalaza ngokuthukuthela, edabukile ngobulukhuni benhliziyo yabo, wathi kumuntu: Yelula isandla sakho. Waseselula; saphiliswa isandla sakhe saba njengesinye.
Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;
Ngokuba uma iqiniso likaNkulunkulu lavama kakhulu ngamanga ami kube yinkazimulo yakhe; ngisagwetshelwani mina njengesoni na?
Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.
Xwayani, bazalwane, ukuba kungabikho kinina kini inhliziyo embi, engakholwayo, emhlubukisa uNkulunkulu ophilayo.
Babasusa onkulunkulu babezizwe phakathi kwabo, bamkhonza uJehova; umphefumulo wakhe waba lusizi ngenxa yokuhlupheka kuka-Israyeli.