KumaHeberu 12:11 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ukulaya konke okwamanje kungathi akusikho okwentokozo, kepha kungokosizi, kodwa ngasemuva kuyabathelela isithelo esihle sokulunga labo abahlakahliswe yikho. IsiZulu 2020 Ukuyala konke esikhathini samanje akusiyo into emnandi, kodwa kubuhlungu, ekugcineni kuyabathelela isithelo sokuthula nokulunga labo abaqeqeshwe yikho. Baasraak Zulu New Testament Bible Kepha ukujeziswa okwamanje akubonakali kuthokozisa, kodwa kubuhlungu; |
Yala indodana yakho kusenethemba, ungahawukeli umphefumulo wakho ngokukhala kwayo.
UJehova uyakulishaya iGibithe; Uyoyishaya futhi ayiphulukise; futhi bayobuyela kuJehova, futhi uyobazwa futhi abaphulukise.
Futhi umsebenzi wokulunga uyoba ukuthula; kanye nemiphumela yobulungisa ukuthula nesiqiniseko kuze kube phakade.
Ngokuba umbuso kaNkulunkulu awusikho ukudla nokunatha; kodwa ukulunga, lokuthula, lenjabulo kuMoya oNgcwele.
Ngokuba usizi lwethu olulula, olungokomzuzwana, luyasisebenzela isisindo esiyinkazimulo emiyo yonke kakhulukazi;
Kusukela khathesi ngibekelwe umqhele wokulunga, ezanginika wona ngalolosuku iNkosi, umahluleli olungileyo, kungeyisimi ngedwa, kodwa lakubo bonke abathanda ukubonakala kwayo.
Ngokuba bona basilaya izinsukwana njengokuthanda kwabo; kodwa yena kube yinzuzo yethu, ukuze sihlanganyele ubungcwele bakhe.
Kodwa ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, labo abathi ngokujwayela ukuzwisisa, sebekufundise ukuhlukanisa okuhle lokubi.
Elithokoza kakhulu ngakho, lanxa khathesi, uba kudingekile, seliselusizini ngezilingo ngezilingo;
Banamehlo agcwele ukuphinga, abangayeki esonweni; bekhohlisa imiphefumulo engazinzile: nenhliziyo efundiswe ukuhaha; izingane eziqalekisiwe: