Kepha abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi, uma ekhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.
Johane 9:13 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bamletha kubaFarisi lowo owayeyimpumputhe ngaphambili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bamyisa kubaFarisi lowo okade eyimpumputhe. IsiZulu 2020 Base bemyisa kubaFarisi obekade eyimpumputhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Bamletha kubaFarisi lowo owayeyimpumputhe ngaphambili. |
Kepha abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi, uma ekhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.
AbaFarisi bakhuluma bodwa, bathi: “Niyabona ukuthi anisizi lutho na? bheka, umhlaba uyamlandela.
Nokho nabaningi bababusi bakholwa kuye; kodwa ngenxa yabaFarisi kabavumanga, hlezi baxotshwe esinagogeni;