Umphefumulo wethu ugcwele ukwedelelwa kwabahlezi kahle, nokudelelwa kwabaziqhenyayo.
Johane 8:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Base bethi abaJuda: “Kanti uzakuzibulala na? ngokuba uthi: Lapho ngiya khona, ningeze nina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Base bethi abaJuda: “Imbala uzakuzibulala yini, lokhu ethi: ‘Lapho ngiya khona mina, ningeze nina,’ na?” IsiZulu 2020 AbaJuda base bethi: “Ngabe uzakuzibulala yini nempela na? Ngokuba uthi: ‘Lapho ngiya khona Mina, anikwazi nina ukuza khona’ na?” Baasraak Zulu New Testament Bible Base bethi abaJuda: “Kanti uzakuzibulala na? ngokuba uthi: Lapho ngiya khona, ningeze nina. |
Umphefumulo wethu ugcwele ukwedelelwa kwabahlezi kahle, nokudelelwa kwabaziqhenyayo.
Izindebe zamanga mazithuliswe; abakhuluma ngokuzidla nangokudelela abalungileyo.
Lokhu kungubufakazi bukaJohane mhla abaJuda bethuma abapristi namaLevi bephuma eJerusalema ukuba bambuze ukuthi: “Wena ungubani na?
Khona abaJuda bakhuluma bodwa, bathi: “Uzakuya ngaphi lo ukuba singamfumani na? Uyakuya kwabahlakazekileyo kwabezizwe, afundise abezizwe na?
Base bephendula abaJuda, bathi kuye: “Asisho kahle ukuthi wena ungumSamariya nokuthi unedemoni na?
Base bethi kuye abaJuda: “Manje sesiyazi ukuthi unedemoni. U-Abrahama ufile, nabaprofethi; wena-ke uthi: Uba umuntu egcina ilizwi lami, kasoze ezwe ukufa laphakade.
Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.