Ngakho anogcina isabatha; ngoba lingcwele kini; oyingcolisayo wobulawa nokubulawa; ngoba noma ubani owenza noma yimuphi umsebenzi kulo, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe phakathi kwabantu bakubo.
Johane 7:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma umuntu amukela ukusoka ngesabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho, ningithukuthelela ngokuba ngaphulukisa umuntu ngokuphelele ngesabatha na? IsiZulu 2020 Uma umuntu emukela ukusoka ngeSabatha ukuze kungeqiwa umthetho kaMose, pho kungani ningithukuthelele ngokuba ngisindise umuntu ngeSabatha na? Baasraak Zulu New Testament Bible Uma umuntu emukela ukusoka ngesabatha, ukuze kungephulwa umthetho kaMose; niyangithukuthelela, ngokuba ngiphilise umuntu ngesabatha na? |
Ngakho anogcina isabatha; ngoba lingcwele kini; oyingcolisayo wobulawa nokubulawa; ngoba noma ubani owenza noma yimuphi umsebenzi kulo, lowo mphefumulo kumelwe unqunywe phakathi kwabantu bakubo.
Bheka, kwakukhona umuntu onesandla esishwabene. Bambuza-ke, bathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na? ukuze bambeke icala.
Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.
Noma anifundanga yini emthethweni ukuthi ngesabatha abapristi bayalona isabatha ethempelini, bangabi nacala na?
Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.