Ekwazi uJesu wathi kubo: “O nina eninokukholwa okuncane, nikhulumelani phakathi kwenu ngokuthi ningaphathanga izinkwa na?
Johane 6:43 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu waphendula, wathi kubo: “Ningakhononi phakathi kwenu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu waphendula, wathi kubo: “Ningakhononi phakathi kwenu. IsiZulu 2020 UJesu waphendula, wathi kubo: “Ningakhonondi nodwa. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu waphendula, wathi kubo: “Ningakhononi phakathi kwenu. |
Ekwazi uJesu wathi kubo: “O nina eninokukholwa okuncane, nikhulumelani phakathi kwenu ngokuthi ningaphathanga izinkwa na?
Wayesefika eKapernawume; esesendlini wababuza wathi: “Beniphikisana ngani endleleni na?
UJesu wayesekwazi ukuthi babethanda ukumbuza, wathi kubo: “Niyabuzana ngokuthi ngithe: ‘Kuseyisikhashana nize ningangiboni, kubuye kube yisikhashana ningibone, na?
Basebesithi: Lo kayisuye uJesu yini indodana kaJosefa, uyise lonina esibaziyo? Asho kanjani-ke ukuthi: Ngehle ezulwini na?
Akakho ongeza kimi, uma uBaba ongithumileyo emdonsa, mina-ke ngiyakumvusa ngosuku lokugcina.
Kodwa bakhona abanye kini abangakholwa. Ngokuba uJesu wayazi kwasekuqaleni ukuthi bangobani abangakholwa nokuthi ngubani oyakumkhaphela.
Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.