Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 9:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Wayesefika eKapernawume; esesendlini wababuza wathi: “Beniphikisana ngani endleleni na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Base beza eKapernawume. Kwathi esengene endlini, wababuza wathi: “Beniphendulana ngantoni endleleni na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

33 Base beya eKhaphernawume. Kwathi esengene endlini, wababuza, ethi: “Yini le ebeniqagulisana ngayo endleleni na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Wayesefika eKapernawume; esesendlini wababuza wathi: “Beniphikisana ngani endleleni na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 9:33
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Sebefikile eKapernawume, kweza kuPetru abakhokha intela, bathi: “Umfundisi wenu akayitheli yini imali?


UJesu ekwazi masinyane emoyeni wakhe ukuthi bazindla kanjalo phakathi kwabo, wathi kubo: “Nizindlelani ngalokhu ezinhliziyweni zenu na?


NoJuda Iskariyothe owamkhaphelayo, bangena endlini.


Kwakungasweli muntu ukuthi afakaze ngomuntu, ngoba yena wayekwazi okukumuntu.


Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda na? UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda na? Wathi kuye: “Nkosi, wazi zonke izinto wena; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. UJesu wathi kuye: Dlisa izimvu zami.


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka