Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Emva kwalokho uJesu wawelela ngaphesheya kolwandle iGalile, oluseThibheriya.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 6:1
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ugu luyokwehla lusuka eSefamu luye eRibila, ngasempumalanga kwase-Ayini; futhi umucu wokulinganisa uyakwehla wenyukele ohlangothini loLwandle lwaseKinereti ngasempumalanga.


Wamuka lapho uJesu, weza ngaselwandle lwaseGalile; wenyukela entabeni, wahlala phansi khona.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru, no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Kwathi isixuku simcindezela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha.


Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.


(Kepha kwafika eminye imikhumbi evela eTiberiya eduze nendawo lapho ababedle khona isinkwa, ngemva kokuba iNkosi ibongile.)


Emva kwalokho uJesu wahambahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, ngokuba abaJuda babefuna ukumbulala.


Bathi kuye: “Avulwe kanjani amehlo akho na?


kusukela esigodini kuze kube solwandle lwaseKineroti ngasempumalanga, kuze kube seLwandle LwaseArabha, kuze kube seLwandle Lukasawoti ngasempumalanga endleleni yaseBeti Jeshimoti; naseningizimu, phansi kwe-Ashidodi-Pisga;