Kumholi wokuhlabelela wamadodana kaKora. Isihlabelelo se-Alamoti. UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu, ulusizo olutholakala kakhulu ekuhluphekeni.
Johane 4:47 - Contemporary Zulu Bible 2024 Lathi selizwile ukuthi uJesu usefikile eGalili evela eJudiya, laya kuye, lamncenga ukuthi ehle, asilise indodana yakhe, ngoba yayisigulela ukufa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yathi ukuba izwe ukuthi uJesu ufikile eGalile evela eJudiya, yaya kuye, yamncenga ukuba ehle aphulukise indodana yayo, ngokuba yayisizakufa. IsiZulu 2020 Kwathi ukuba izwe ukuthi uJesu ufikile eGalile evela eJudiya, yaya kuye, yamncenga ukuba ehlele eKhaphernawume aphilise indodana yayo, ngokuba yayisizokufa. Baasraak Zulu New Testament Bible Lathi selizwile ukuthi uJesu usefikile eGalili evela eJudiya, laya kuye, lamncenga ukuthi ehle, asilise indodana yakhe, ngoba yayisigulela ukufa. |
Kumholi wokuhlabelela wamadodana kaKora. Isihlabelelo se-Alamoti. UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu, ulusizo olutholakala kakhulu ekuhluphekeni.
Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,
Esezwile ukuthi nguJesu waseNazaretha, waqala ukumemeza, nokuthi: Jesu Ndodana kaDavide, ngihawukele!
Bheka, kwafika indoda, nguJayiru igama layo, ingumphathi wesinagoge, yaziphonsa phansi ngasezinyaweni zikaJesu, yamncenga ukuba angene endlini yayo.
Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.
Ngokuba iLida laliseduze neJopha, nabafundi bezwile ukuthi uPetru ukhona, bathuma kuye amadoda amabili, bemcela ukuba angalibali ukuza kubo.