Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 20:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

Ekhothama elunguza, wabona izindwangu zelineni zikhona; nokho akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

elunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kepha akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Walunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kodwa akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ekhothama elunguza, wabona izindwangu zelineni zikhona; nokho akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 20:5
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.


Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.


Kepha uMariya wema ngaphandle ethuneni ekhala;


Base begijima bobabili kanyekanye; kepha omunye umfundi wamgijima kakhulu uPetru, wafika kuqala ethuneni.


Khona uSimoni Petru wafika emlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zikhona;