Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 19:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

UPilatu wayesethi kuye: “Awukhulumi kimi na? Awazi yini ukuthi nginamandla okukubethela, nginamandla okukukhulula na?

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Khona wathi uPilatu kuye: “Awukhulumi kimi na? Awazi ukuthi nginamandla okukukhulula, nginamandla futhi okukubethela esiphambanweni na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

UPilatu wayesethi kuye: “Kungani ungakhulumi nami na? Awazi yini ukuthi mina nginegunya lokukukhulula, negunya lokukubethela esiphambanweni na?”

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

UPilatu wayesethi kuye: “Awukhulumi kimi na? Awazi yini ukuthi nginamandla okukubethela, nginamandla okukukhulula na?

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 19:10
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngenxa yobukhulu abunika yena, bonke abantu, nezizwe, nezilimi bathuthumela, besaba phambi kwakhe; futhi lowo ayethanda wamgcina ephila; lalowo ayethanda ukumvusa; lalowo ayefuna ukumbeka phansi.


Kepha ninomkhuba wokuthi nginikhululele abe munye ngePhasika;


UJesu waphendula wathi: “Ungeke ube namandla neze phezu kwami, uma ungawanikwanga evela phezulu;


Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.