Johane 18:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona esho kubo ukuthi: “Nginguye,” bahlehla nyovane, bawa phansi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuthe-ke ukuba athi kubo: “Yimina,” bahlehla nyovane, bawa phansi. IsiZulu 2020 UJesu eseshilo kubo wathi: “YiMina,” base behlehla nyovane, bafumbeka phansi. Baasraak Zulu New Testament Bible Khona esho kubo ukuthi: “Nginguye,” bahlehla nyovane, bawa phansi. |
Lapho ababi, yebo, izitha zami nezitha zami, befika phezu kwami ukuba badle inyama yami, bakhubeka bawa.
Mabame benamahloni kanyekanye, babe namahloni abafuna umphefumulo wami ukuwubhubhisa; mababuyiselwe emuva bajabhe abangifisela okubi.
Bamphendula bathi: UJesu waseNazaretha. UJesu wathi kubo: Mina nginguye. NoJudasi owamkhaphelayo wayemi nabo.