Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya.
Johane 12:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Khona wathi omunye wabafundi bakhe, uJudasi Iskariyothe, kaSimoni, obezamkhaphela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha uJuda Iskariyothe, omunye wabafundi bakhe obezakumkhaphela, wathi: IsiZulu 2020 Kepha uJuda Iskariyothe, omunye wabafundi bakhe owayezakumkhaphela, wathi: Baasraak Zulu New Testament Bible Khona wathi omunye wabafundi bakhe, uJudasi Iskariyothe, kaSimoni, obezamkhaphela. |
Ngabuye ngabona wonke umsebenzi onzima nawo wonke umsebenzi omuhle, ukuthi ngenxa yalokho umuntu uba nomhawu ngomakhelwane wakhe. Kuyize nokufuna umoya.
Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili, othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu,
Kungani lawa mafutha engathengiswanga ngabodenariyo abangamakhulu amathathu, kwaphiwa abampofu na?
Sekudliwe isidlo sakusihlwa, uSathane esefakile enhliziyweni kaJuda Iskariyothe kaSimoni ukuba amkhaphele;
UJesu waphendula wathi: Nguye engizamnika ucezwana, nxa ngisicwilisile. Eselucwilisile ucezu, walunika uJuda Iskariyothe kaSimoni.