Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.
Johane 11:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 (Kwakunguye uMariya owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula.) IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMariya kwakunguye owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula. IsiZulu 2020 UMariya owayegulelwa nguLazaru umnewabo, nguye lowo owagcoba ngamafutha iNkosi uJesu, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible (Kwakunguye uMariya owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula.) |
Kwathi eseBethaniya endlini kaSimoni onochoko, ehlezi ekudleni, kwafika owesifazane ephethe umfuma we-alabaste wamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu; wahlephula umfuma, wamthela ngawo ekhanda.
UJohane esebizele kuye ababili kubafundi bakhe, wabathuma kuJesu ukuthi: “Wena unguye ozayo na? noma sifuna omunye?
Kwathi uMariya efika lapho uJesu ekhona, embona, wawa phansi ezinyaweni zakhe, wathi kuye: “Nkosi, uma ubukhona, umnewethu nga engafanga.
UMariya wayesethatha ilitha lamafutha enadi lodwa elinenani elikhulu, wagcoba izinyawo zikaJesu, wesula izinyawo zakhe ngezinwele zakhe; indlu yagcwala iphunga lamafutha.
Uma-ke mina, iNkosi noMfundisi, nginigezile izinyawo; nani nifanele ukugezana izinyawo.