Obaba abaqondanga izimangaliso zakho eGibithe; abazange bacabange ngobuningi bomusa Wakho; kodwa wamgcona ngasolwandle, nangaseSchelfsee.
Johane 10:6 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJesu wakhuluma lo mfanekiso kubo, kepha bona kabaqondanga ukuthi kuyini abekukhuluma kubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJesu washo lo mfanekiso kubo; kepha bona abezwisisanga ukuba kuyini lokho akukhuluma kubo. IsiZulu 2020 UJesu wabalandisa lowo mzekeliso, kodwa abaqondanga ukuthi wayekhuluma ngani kubo. Baasraak Zulu New Testament Bible UJesu wakhuluma lo mfanekiso kubo, kepha bona kabaqondanga ukuthi kuyini abekukhuluma kubo. |
Obaba abaqondanga izimangaliso zakho eGibithe; abazange bacabange ngobuningi bomusa Wakho; kodwa wamgcona ngasolwandle, nangaseSchelfsee.
Abazi, futhi ngeke baqonde; bahamba ebumnyameni: zonke izisekelo zomhlaba zibolile.
Yebo, bayizinja ezihahayo ezingenakusutha, futhi bangabelusi abangaqondi; bonke babheka endleleni yabo, yilowo nalowo ukuze azuze, endaweni yakhe.
Abaningi bayakuhlanjululwa, benziwe mhlophe, bacwengisiswe; kepha ababi bayakwenza okubi; futhi akukho noyedwa omubi oyoqonda; kepha abahlakaniphileyo bayakuqonda.
Lokho konke uJesu wakukhuluma emaxukwini ngemifanekiso; futhi ngaphandle komfanekiso akakhulumanga kubo;
Kepha akakhulumanga kubo ngaphandle komfanekiso; kepha sebebodwa wabachazela abafundi bakhe zonke izinto.
Abafundi bakhe bathi kuye: “Bheka, manje usukhuluma ngokusobala, awusakhulumi mfanekiso.
Ngakho abaJuda baphikisana bodwa, besithi: Lo angasinika njani inyama yakhe ukuthi siyidle?
Ngakho abaningi kubafundi bakhe bekuzwa bathi: “Lilukhuni leli zwi; ngubani ongakuzwa na?
Yizwi lini leli alishoyo lokuthi: Niyakungifuna, ningangifumani, nalapho ngikhona, ningeze nina na?
Kepha umuntu wemvelo kakwamukeli okukaMoya kaNkulunkulu, ngokuba kungubuwula kuye;
Kodwa kubehlele kubo njengokwesaga esiqinisileyo esithi: Inja ibuyela emahlanzweni ayo; nengulube egeziweyo ekubhidlizeni odakeni.
Siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ukuqonda, ukuze simazi oqinisileyo, sikuye oweqiniso, eNdodaneni yakhe uJesu Kristu. Lona unguNkulunkulu weqiniso nokuphila okuphakade.