Ngokukholwa uMose esezelwe wafihlwa ngabazali bakhe izinyanga ezintathu, ngokuba bambona engumntwana omuhle; futhi abawesabanga umyalo wenkosi.
IzEnzo 7:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngaleso sikhathi kwazalwa uMose, wayemuhle kakhulu, wondliwa izinyanga ezintathu endlini kayise. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngaleso sikhathi kwazalwa uMose, waba muhle kuNkulunkulu; wondliwa izinyanga ezintathu endlini kayise; IsiZulu 2020 “Ngaleso sikhathi kwazalwa uMose; wayethandeka kuNkulunkulu. Wondliwa endlini yakwabo izinyanga ezintathu. Baasraak Zulu New Testament Bible Ngaleso sikhathi kwazalwa uMose, wayemuhle kakhulu, wondliwa izinyanga ezintathu endlini kayise. |
Ngokukholwa uMose esezelwe wafihlwa ngabazali bakhe izinyanga ezintathu, ngokuba bambona engumntwana omuhle; futhi abawesabanga umyalo wenkosi.
Wathumela wamngenisa. Wayebomvu, emuhle ngokubukeka, emuhle ngokubukeka. Wayesethi uJehova: “Vuka, umgcobe, ngokuba nguye.”