Kepha uPetru wamlandela ekude kwaze kwaba segcekeni lompristi omkhulu, wangena, wahlala nezinceku ukuba abone isiphetho.
IzEnzo 5:22 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa sezifikile izikhonzi, zingabaficanga entolongweni, zabuya zabika. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha izikhonzi ezafika khona azibafumananga etilongweni; zase zibuyela emuva, zabika IsiZulu 2020 Kepha izikhonzi zafika azabafumana ejele; zase zibuyela emuva, zabika, Baasraak Zulu New Testament Bible Kodwa sezifikile izikhonzi, zingabaficanga entolongweni, zabuya zabika. |
Kepha uPetru wamlandela ekude kwaze kwaba segcekeni lompristi omkhulu, wangena, wahlala nezinceku ukuba abone isiphetho.
Kwathi sekusile, kwaba khona isiphithiphithi esingesincane phakathi kwamabutho kokuthi uPetro wehlelwe yini.
Esithi: Intolongo siyifice ivaliwe ngokulondeka konke, nabalindi bemi ngaphandle phambi kweminyango;
Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.