Kepha makaqalekiswe umkhohlisi oneduna emhlambini wakhe, enze isithembiso, anikele ngokonakala kuJehova; ngokuba mina ngiyinkosi enkulu,” usho uJehova Sebawoti, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe.
IzEnzo 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE yagodla inxenye yemali, nomkayo ekwazi, yaletha inxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. IsiZulu 2020 Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. Baasraak Zulu New Testament Bible Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. |
Kepha makaqalekiswe umkhohlisi oneduna emhlambini wakhe, enze isithembiso, anikele ngokonakala kuJehova; ngokuba mina ngiyinkosi enkulu,” usho uJehova Sebawoti, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe.
Kodwa yonke imisebenzi yabo bayenza ukuze babonwe ngabantu; bawenza abe banzi amafilakteriyu abo, bandise imiphetho yezingubo zabo;
Wakusho lokho kungesikho ukuthi wayekhathalela abampofu; kodwa ngoba belisela, liphethe isikhwama, lithwala okufakwe kuso.
Enensimu, wathengisa ngayo, waletha imali, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.
Kodwa uPetro wathi: Ananiya, kungani uSathane egcwalise inhliziyo yakho ukuze uqambe amanga kuMoya oNgcwele, njalo ugodle inxenye yentengo yensimu?
UPetru waphendula wathi kuye: “Ngitshele, uma insimu nathengisa kangaka na? Wathi: Yebo, okungaka.
Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.
Ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yakho konke okubi, okuthe abanye ngokuyifisa baduka ekukholweni, bazigwaza ngeminjunju eminingi.