Lapho ngiprofetha, uPhelathiya indodana kaBenaya wafa. Ngawa ngobuso bami, ngamemeza ngezwi elikhulu, ngathi: “Awu, Nkosi Jehova! uyakuqeda insali yakwa-Israyeli na?
IzEnzo 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesewa phansi masinyane ngasezinyaweni zakhe, waphela; zangena izinsizwa, zamfumana efile, zamkhiphela phandle, zammbela eduze kwendoda yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesewa phansi masinyane ngasezinyaweni zakhe, wafa; izinsizwa zangena, zamfumana efile, zamkhiphela phandle, zammbela ngasendodeni yakhe. IsiZulu 2020 Wawa ngokuphazima kweso ngasezinyaweni zikaPhethro, wafa. Izinsizwa zangena, zamfumana efile, zamkhiphela phandle, zamngcwaba nomyeni wakhe. Baasraak Zulu New Testament Bible Wayesewa phansi masinyane ngasezinyaweni zakhe, waphela; zangena izinsizwa, zamfumana efile, zamkhiphela phandle, zammbela eduze kwendoda yakhe. |
Lapho ngiprofetha, uPhelathiya indodana kaBenaya wafa. Ngawa ngobuso bami, ngamemeza ngezwi elikhulu, ngathi: “Awu, Nkosi Jehova! uyakuqeda insali yakwa-Israyeli na?
U-Ananiya esizwa lawa mazwi wawa phansi, wafa; ukwesaba okukhulu kwehlela bonke abezwa lokho.