IzEnzo 27:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kodwa umkhumbi usududulwa ungasenakubhekana nomoya, sayeka saqhutshwa nje. IsiZulu 2020 sazithola sesiphakathi kwaso, kwathi ngenxa yokuthi umkhumbi wawungasalawuleki ngoba ubhekene nomoya, sawudedela wadudulwa ngumoya. Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi umkhumbi wabanjwa, wehluleka ukumelana nomoya, sawuyeka. |
Sase sigijima ngaphansi kwesihlenge esithiwa iKlawuda, kwaba nomsebenzi omningi ukuwuhamba umkhumbi;
Kwathi sekufike ubusuku beshumi nane, sisazulazula e-Adriya, phakathi kobusuku abaqhubi bemikhumbi bacabanga ukuthi sebesondele ezweni elithile;
Bhekani, nemikhumbi, imikhulu kangaka, iqhutshwa yimimoya enamandla, ijikiswa ngomphini omncane kakhulu, iye nomaphi lapho umbusi ethanda ukuya khona.