ukuba nizile okuhlatshelwe izithombe, negazi, nokuqumbeleneyo, nobufebe; uma nizilinda kukho, nenza kahle. Nisale kahle.
IzEnzo 23:30 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sekudaluliwe kimi ukuthi kukhona icebo ngaleyo ndoda, ngase ngiyithumela kuwe masinyane, ngibayalile nabayimangalelayo ukuba bakhulume ngayo phambi kwakho. IsiZulu 2020 Kuthe sekudaluliwe kimi ukuthi kunozungu eboshelwe lona, ngayithumela kuwe ngokushesha, ngabayala nabayimangalelayo ukuba beze kuwe bazokhuluma ngayo phambi kwakho.” Baasraak Zulu New Testament Bible Kwathi sengitsheliwe ukuthi abaJuda babeqamekele lowo muntu, ngathumela kuwe masinyane, ngase ngibayala abammangalelayo ukuba bakhulume phambi kwakho ngalokho abanawo ngakuyo. Ukuvalelisa. |
ukuba nizile okuhlatshelwe izithombe, negazi, nokuqumbeleneyo, nobufebe; uma nizilinda kukho, nenza kahle. Nisale kahle.
Kwathi sekusile, abaJuda benza icebo, bazibopha ngesiqalekiso, bathi abayikudla, bangaphuzi, bengakambulali uPawulu.
Yathi: “AbaJuda bavumelene ukukucela ukuba wehlisele uPawuli emphakathini kusasa, kungathi bafuna ukuhlolisisa kahle okunye ngaye.
Khona amasosha amthatha uPawulu njengokulaywa kwawo, amyisa e-Antipatri ebusuku.
Wathi ngizakuzwa, nxa abamangaleli bakho sebefikile. Wayala ukuba agcinwe endlini yokwahlulela kaHerode.
Engabaphendula ngathi: Kakusiwo umkhuba wamaRoma ukunikela umuntu ukuthi afe, omangalelweyo engakahlanganisi abammangalelayo, athole ithuba lokuziphendulela ngecala lakhe.
Kodwa iqhinga labo laziwa nguSawuli. Bawalinda amasango imini nobusuku ukuba bambulale.
Ekugcineni, bazalwane, salani kahle. Niphelele, niduduzeke, nibe nhliziyonye, nihlale ngokuthula; futhi uNkulunkulu wothando nokuthula uyakuba nani.