Bheka, kwakukhona eJerusalema indoda, igama layo linguSimeyoni; futhi lo muntu wayelungile futhi esaba uNkulunkulu, elindele induduzo ka-Israyeli, futhi uMoya oNgcwele wayephezu kwakhe.
IzEnzo 22:12 - Contemporary Zulu Bible 2024 Njalo uAnaniya othile, indoda ekholwayo ngokomlayo, efakazelwa kuhle ngabaJuda bonke abakhileyo lapho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “U-Ananiya othile, indoda ekholwa ngokomthetho, owayefakazelwa yibo bonke abaJuda ababakhile khona, IsiZulu 2020 “Indoda ethile okuthiwa ngu-Ananiya, eyayikholwa, iwugcina umthetho, eyayifakazelwa yibo bonke abaJuda ababakhe lapho, Baasraak Zulu New Testament Bible Njalo uAnaniya othile, indoda ekholwayo ngokomlayo, efakazelwa kuhle ngabaJuda bonke abakhileyo lapho. |
Bheka, kwakukhona eJerusalema indoda, igama layo linguSimeyoni; futhi lo muntu wayelungile futhi esaba uNkulunkulu, elindele induduzo ka-Israyeli, futhi uMoya oNgcwele wayephezu kwakhe.
Base bethi: UKorneliyu induna yekhulu, indoda elungileyo nemesabayo uNkulunkulu, nodumo oluhle esizweni sonke samaJuda, uxwayiswe nguNkulunkulu ngengelosi engcwele ukuba akubize endlini yakhe, ezwe amazwi kwakho.
Abanye kubo bakholwa, bazihlanganisa noPawulu noSila; nesixuku esikhulu samaGreki akholwayo, nabesifazane abadumileyo abangeyingcosana.
Ngakho-ke, bazalwane, zifuneleni phakathi kwenu amadoda ayisikhombisa anodumo oluhle, agcwele uMoya oNgcwele nokuhlakanipha, esingawabeka phezu kwalo msebenzi.
Ekuhlonitshweni nasekuhlazweni, ngemibiko emibi negama elihle, njengabakhohlisi, nokho abaqinisileyo;
Phezu kwalokho umelwe ukunobufakazi obuhle kwabangaphandle; funa awele esihlazweni nasogibeni lukaSathane.
UDemetriyu ufakazelwa yibo bonke nayiqiniso uqobo lwalo; yebo, nathi siyafakaza; niyazi ukuthi ubufakazi bethu buqinisile.