Chitha, Nkosi, uhlukanise izilimi zabo, ngokuba ngibonile ubudlova nokuxabana emzini.
IzEnzo 21:35 - Contemporary Zulu Bible 2024 Esefikile ezitebhisini, wathwalwa ngamasosha ngenxa yobudlova babantu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Esefikile esikhwelweni, kwenzeka ukuba athwalwe ngamabutho ngenxa yokukhandana kwesixuku; IsiZulu 2020 Kuthe lapho esefikile esikhwelweni, wathwalwa ngamabutho ngenxa yokuminyana kwesixuku, Baasraak Zulu New Testament Bible Esefikile ezitebhisini, wathwalwa ngamasosha ngenxa yobudlova babantu. |
Chitha, Nkosi, uhlukanise izilimi zabo, ngokuba ngibonile ubudlova nokuxabana emzini.
Ngokuba izwe ligcwele iziphingi; ngokuba izwe liyalila ngesifungo; izindawo ezimnandi zasogwadule zomile, nokuhamba kwabo kubi, namandla abo awalungile.
Wayesethi kuso isisebenzi sesivini: ‘Bheka, sekuyiminyaka emithathu ngiza ngifuna isithelo kulo mkhiwane, ngingasifumani; uwuthelelelani umhlabathi?
Kwathi esemnike imvume, uPawulu wema ezikhwelweni, waqhweba abantu ngesandla. Kwathi sekuthuleke kakhulu, wakhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, wathi:
Kodwa induna yenkulungwane uLisiya yasihlasela, yamsusa esandleni sethu ngendluzula enkulu.