Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 21:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

Yona yahle yathatha amasosha nezinduna zekhulu, yagijimela kubo;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

yona yayisithatha masinyane amabutho nezinduna zekhulu, yagijimela kubo; sebebona induna yenkulungwane namabutho bayeka ukumshaya uPawulu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Yathatha ngokushesha amabutho nezinduna zekhulu, yagijimela kubo. Kuthe sebebona induna yenkulungwane namabutho, bayeka ukumshaya uPawula.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

yona yahle yathatha amasosha nezinduna zekhulu, yagijimela kubo;

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 21:32
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nisho ukuthini ukuba niphahlaze abantu bami, nigaye ubuso babampofu na? isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Khona iviyo nenduna yenkulungwane nezikhonzi zabaJuda bambamba uJesu, bambopha.


Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.


Ngase ngithi: Nkosi, bayazi bona ukuthi bengibabopha ngibashaya emasinagogeni wonke abakholwa nguwe;


Lendoda yayibanjwe ngabaJuda, yayizakubulawa yiwo, ngase ngifika nebutho, ngayophula, ngimazi ukuthi ingumRoma.


Owaphinde wazama ukungcolisa ithempeli, esamthatha, besifuna ukumahlulela ngokomthetho wethu.


Basebemvumela; sebebabiza abaphostoli, babatshaya, babalaya ukuthi bangakhulumi ngebizo likaJesu, babakhulula.