“Nanku umthetho womNaziri lapho izinsuku zobuNaziri bakhe seziphelile: kumelwe alethwe emnyango wetende lokuhlangana.
IzEnzo 21:23 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho yenza lokhu esikusho kuwe: Sinamadoda amane anesithembiso phezu kwawo; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngakho yenza lokhu esikusho kuwe: Kukhona kithi amadoda amane azibophile ngesifungo; IsiZulu 2020 Ngakho-ke yenza lokhu esizakukutshela khona: kukhona phakathi kwethu amadoda amane azibophile ngesifungo, Baasraak Zulu New Testament Bible Ngakho yenza lokhu esikusho kuwe: Sinamadoda amane anesithembiso phezu kwawo; |
“Nanku umthetho womNaziri lapho izinsuku zobuNaziri bakhe seziphelile: kumelwe alethwe emnyango wetende lokuhlangana.
UmNaziri uyakuphuca ikhanda lesigaba sakhe ngasemnyango wetende lokuhlangana, athathe izinwele zekhanda lesigaba sakhe, aziphonse emlilweni ophansi komnikelo wokuthula.
UPawuli esehlale khona isikhathi eside, wasevalelisa kubazalwane, wamuka ngomkhumbi, waya eSiriya, kanye loPrisila loAkwila; esegundile ikhanda eKenikreya, ngokuba wayenesithembiso.
KumaJuda ngaba njengomJuda, ukuze ngizuze abaJuda; kwabaphansi komthetho ngaba njengophansi komthetho, ukuze ngizuze abaphansi komthetho;