Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




IzEnzo 21:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

Emva kwalezo zinsuku sathatha impahla yethu, senyukela eJerusalema.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Emva kwalezo zinsuku sabopha impahla, sakhuphukela eJerusalema;

Uka jalj uñjjattʼäta

IsiZulu 2020

Emva kwalezo zinsuku umthwalo waba sobhokweni, sakhuphukela eJerusalema.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Emva kwalezo zinsuku sathatha impahla yethu, senyukela eJerusalema.

Uka jalj uñjjattʼäta



IzEnzo 21:15
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Esefikile eKesariya, wenyuka wayobingelela ibandla, wehlela e-Antiyokiya.


Kwathi seziphelile lezi zinto, uPawulu wazimisela emoyeni, esedabulile iMakedoniya ne-Akhaya, ukuya eJerusalema, wathi: “Emva kokufika kwami khona ngimelwe ukubona neRoma.


Kwathi sesikuzwile lokho, samncenga thina kanye labakuleyondawo ukuthi angenyukeli eJerusalema.


Kwathi uFestu esengenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema.


Esehlale nabo izinsuku ezingaphezu kweziyishumi, wehlela eKesariya; ngangomuso ehlezi esihlalweni sokwahlulela, wayala ukuba uPawulu alethwe.


Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?