IzEnzo 14:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Owathi endulo wavumela izizwe zonke ukuthi zihambe ngezindlela zazo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE othe ngezizukulwane ezidlulileyo wayeka izizwe zonke zihambe ngezindlela zazo. IsiZulu 2020 othe ezizukulwaneni ezidlulileyo, waziyeka izizwe zonke ukuba zihambe ngezindlela zazo. Baasraak Zulu New Testament Bible owathi endulo wavumela izizwe zonke ukuthi zihambe ngezindlela zazo. |
Ngokuba zonke izizwe ziyakuhamba, kube yilowo nalowo ngegama likankulunkulu wakhe, kepha thina siyakuhamba ngegama likaJehova uNkulunkulu wethu kuze kube phakade naphakade.
Nezikhathi zokungazi uNkulunkulu wazishaya indiva; kepha manje uyala abantu bonke ezindaweni zonke ukuba baphenduke;
Nanjengalokho bengathandanga ukuba nokwazi uNkulunkulu, uNkulunkulu wabanikela engqondweni eyonakeleyo, ukuba benze okungafanele;
ammisileyo uNkulunkulu, abe yinhlawulo ngokukholwa egazini lakhe, ukuze kubonakaliswe ukulunga kwakhe ngenxa yokuthethelelwa kwezono ezenziwe ngaphambili, ngokubekezela kukaNkulunkulu;
Ngalesosikhathi naningenaye uKristu, ningaphandle kombuso ka-Israyeli, ningabafokazi ezivumelwaneni zesithembiso, ningenathemba, ningenaNkulunkulu ezweni.
Ngoba isikhathi esidluleyo sasenele ukwenza intando yabezizwe, lapho sasihamba emanyaleni, ezinkanukweni, ekunatheni, ekunatheni, ekunatheni, nasekukhonzeni izithombe okuyichilo;