Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.
IsiLilo 3:61 - Contemporary Zulu Bible 2024 Uzwile ihlazo labo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami; IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyezwa inhlamba yabo, Jehova, nawo onke amacebo abo ngami, IsiZulu 2020 Uyizwile yonke inhlamba abangethuke ngayo, Simakade, nozungu abangakhele lona. |
Khumbula ukuthi isitha sithukile, Jehova, nokuthi abantu abayiziwula balihlambalazile igama lakho.
Cabanga, Nkosi, ngokuthukwa kwezinceku zakho; ngingakuthwala kanjani ukuthukwa kwabo bonke abantu abanamandla esifubeni sami;
Kepha wena Jehova, uyawazi wonke amasu abo okungibulala; ungathetheleli ububi babo, ungasusi isono sabo ebusweni bakho, kodwa mabaphenduke phambi kwakho; yenza kanjalo kubo ngesikhathi solaka lwakho.
Ngikuzwile ukuthukwa kukaMowabi nokuhlambalaza kwabantwana bakwa-Amoni, abahlambalaze ngakho abantu bami, baziphakamisa phezu kwemikhawulo yabo.