IsiLilo 3:52 - Contemporary Zulu Bible 2024 Izitha zami zangixotsha njengenyoni kungelasizatho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abayizitha zami ngeze bangizingele nokungizingela njengenyoni. IsiZulu 2020 Abangizondela ize, bangizingelisisa okwenyoni. |
Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?
SCHIN. Izikhulu zingizingele ngaphandle kwesizathu, kepha inhliziyo yami iyesaba izwi lakho.
Ngokuba bangifihlele ngeze inetha labo emgodini, abawumbele umphefumulo wami ngaphandle kwesizathu.
Abangizondayo ngeze baningi kunezinwele zekhanda lami; labo ababefuna ukungibhubhisa, ngoba beyizitha zami, banamandla; ngase ngibuyisela lokho engingakuthathanga.
Ngaphezu kwalokho, uJeremiya wathi enkosini uZedekiya: “Ngone ngani wena noma ezincekwini zakho noma kulaba bantu ukuthi ungifake etilongweni na?
Kodwa lokhu kwenzeka ukuze kugcwaliseke ilizwi elilotshiweyo emthethweni wabo elithi: Bangizonda ngeze.