Inkosi yasisithi: Ngilani lani, madodana kaZeruya? makaqalekise, ngokuba uJehova wathi kuye: “Thuka uDavide; Ubani-ke ozothi: Kungani wenze lokhu?
IsiLilo 3:37 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kwasho ubani, kwenzakala, iNkosi ingakuyalelanga, na? IsiZulu 2020 Kukhona yini ongahlela bese enza akuhlelile, uma iNkosi ingakuvumelanga na? |
Inkosi yasisithi: Ngilani lani, madodana kaZeruya? makaqalekise, ngokuba uJehova wathi kuye: “Thuka uDavide; Ubani-ke ozothi: Kungani wenze lokhu?
Umuntu othile wansala umnsalo ngokuzuma nje, wagwaza inkosi yakwa-Israyeli phakathi nokuhlangana kwephini. Ngoba ngilimele.
Esakhuluma nabo, kwafika isithunywa kuye, sathi: “Bheka, lobu bubi buvela kuJehova; ngisalindeni uJehova na?
Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengokukhuluma kwabesifazane abayiziwula.” Ini? siyakwamukela okuhle esandleni sikaNkulunkulu, singamukeli okubi na? Kukho konke lokhu uJobe akonanga ngomlomo wakhe.
Wathi kubo: “INkosi mayibe nani, njengokuba ngizakunikhulula nina nabantwana benu; ngoba ububi buphambi kwakho.
Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kepha uJehova uqondisa izinyathelo zakhe.
ngimemezele isiphetho kwasekuqaleni nasendulo izinto ezingakenziwa, nithi: Isiluleko sami siyakuma, ngenze yonke intando yami;
“Bheka, ngimelene nabaprofetha amaphupho amanga,” usho uJehova, “bawatshele, badukise abantu bami ngamanga abo nangenkohliso yabo; kodwa angibathumanga, futhi angibayalanga; ngalokho abayikubasiza laba bantu nangayiphi indlela,” usho uJehova.
Futhi bonke abakhileyo emhlabeni babhekwa njengento engelutho; futhi wenza njengentando yakhe ebandleni lasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongabamba isandla sakhe, athi kuye: ‘Wenzani na?’
Ngoba wathi kuMozisi: Ngizakuba lesihawu kwengimhawukelayo, njalo ngizakuba lesihawu kwengimhawukelayo.
kuye futhi sazuza ifa kuye, esamiselwa ngaphambili ngokwenjongo yalowo osebenza zonke izinto ngokwecebo lentando yakhe;