Waqamba igama layo ngokuthi uJosefa; wathi: INkosi izakwengezelela enye indodana kimi.
IsAmbulo 7:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. IBHAYIBHELI ELINGCWELE esizweni sakwaZabuloni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaJosefa abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nambili. IsiZulu 2020 esizwaneni sakwaZabuloni beyizi-12 000, esizwaneni sakwaJosefa beyizi-12 000, esizwaneni sakwaBhenjamini beyizi-12 000. Baasraak Zulu New Testament Bible esizweni sakwaZabuloni kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaJosefa kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. Esizweni sakwaBenjamini kwatywinwa ishumi elinambini lamawaka. |
Waqamba igama layo ngokuthi uJosefa; wathi: INkosi izakwengezelela enye indodana kimi.
Uyise wala wathi: “Ngiyazi, ndodana yami, ngiyazi lokhu; kodwa ngempela, umfowabo omncane uyakuba mkhulu kunaye, nenzalo yakhe iyoba uquqaba lwezizwe.
Kubantwana bakwaBenjamini, izizukulwane zabo ngezizukulwane zabo ngezindlu zoyise ngokwenani lamagama, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma;
esizweni sakwaSimeyoni abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwaLevi abayizinkulungwane eziyishumi nambili, esizweni sakwa-Isakare abayizinkulungwane eziyishumi nambili,
Emva kwalokho ngabona, bheka, isixuku esikhulu ebesingenakubalwa muntu, siphuma kuzo zonke izizwe, nemindeni, nabantu, nezilimi, simi phambi kwesihlalo sobukhosi naphambi kweWundlu, sembethe izingubo ezimhlophe, namasundu embethe izingubo ezimhlophe izandla zabo;