Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.
Hoseya 4:4 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa kakungabi lamuntu ophikisayo kumbe okhuza omunye, ngoba abantu bakini banjengalabo abaphikisana lomphristi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Makungabikho ophikisana nomunye, asole omunye; nokho abantu bakho bayakuphikisana nabapristi. IsiZulu 2020 “Makungabi bikho owethwesa omunye icala, makungabi bikho osola omunye, ngokuba abantu bakho bafana nalabo abaphikisana nomphristi. |
Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.
Ngiyakwenza ulimi lwakho lunamathele olwangeni lwakho, ukuze ube yisimungulu, ungabi yisijeziso kubo, ngokuba bayindlu edlubulundayo.
Ngakho abahlakaniphileyo bayakuthula ngalesi sikhathi; ngoba kuyisikhathi esibi.
Uyisekazi womuntu kumelwe amkhuphule, nalowo omshisayo, ukuze akhiphe amathambo endlini futhi athi kongaphakathi kwendlu: “Usekhona yini nawe? uyakuthi: “Qha.” Khona-ke uyakuthi: “Bamba ulimi lwakho, ngoba ngeke siliphathe igama likaJehova.”
Umuntu ofuna ukwenza ngokugabadela futhi angamlaleli umpristi omi lapho ukukhonza phambi kukaJehova uNkulunkulu wakho noma umahluleli, lowo muntu kufanele afe; futhi kumelwe ususe ububi kwa-Israyeli.