Kepha manje uJehova wakhuluma wathi: “Phakathi neminyaka emithathu njengeminyaka yomqashwa, udumo lukaMowabi luya kudelelwa, kanye naso sonke isixuku esikhulu; futhi insali iyoba yincane kakhulu futhi ibe buthakathaka.
Hoseya 10:15 - Contemporary Zulu Bible 2024 Iyakwenze njalo kini iBethele ngenxa yobubi benu obukhulu; ekuseni inkosi yakwa-Israyeli iyakushaywa ngesiqalekiso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kanjalo iBethele liyakwenza kini ngenxa yobubi benu obukhulu; ekuseni inkosi yakwa-Israyeli iyakunqunywa nokunqunywa. IsiZulu 2020 Kuyokwenziwa kanjalo nakuwe Bhethele, ngenxa yokonakala okukhulu; inkosi yakwa-Israyeli iyobhujiswa iphele nya entathakusa.” |
Kepha manje uJehova wakhuluma wathi: “Phakathi neminyaka emithathu njengeminyaka yomqashwa, udumo lukaMowabi luya kudelelwa, kanye naso sonke isixuku esikhulu; futhi insali iyoba yincane kakhulu futhi ibe buthakathaka.
Ngakho kuyakuvuka ukuxokozela phakathi kwabantu bakho, zonke izinqaba zakho ziphangwe, njengalokho uSalmani aphanga iBeti Aribeli ngosuku lwempi; unina uchotshoziwe phezu kwabantwana bakhe.
Ngokuba manje bayakuthi: ‘Asinankosi, ngokuba asimesabanga uJehova; khona-ke inkosi ingasenzani?
Abakhileyo eSamariya bayakwesaba ngenxa yamathole aseBeti Aveni, ngokuba abantu balo bayakulilela nabapristi balo abajabulayo ngalo, ngodumo lwalo, ngokuba lumukile kulo.
Lapho u-Israyeli esengumntwana, ngamthanda ngayibiza indodana yami iphume eGibhithe.
Pho okuhle kwaba ngukufa kimi na? UNkulunkulu akakuvumeli. Kepha isono, ukuze sibonakale siyisono, sisebenza ukufa kimi ngalokho okuhle; ukuze isono ngomyalo sibe yisono kakhulu.