Lapho ngigeza izinyathelo zami ngebhotela, nedwala langithululela imifula yamafutha;
AmaHubo 81:16 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bekufanele abadlise ukolweni omuhle kakhulu, ngikwanelise ngezinyosi edwaleni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ubeyakubapha ukolweni omuhle; yebo, bengiyakubasuthisa ngezinyosi zasesiweni.” IsiZulu 2020 Ngizonondla ngokusanhlamvu kwekhethelo, yebo, nginisuthise ngoju oluvela edwaleni.” |
Lapho ngigeza izinyathelo zami ngebhotela, nedwala langithululela imifula yamafutha;
O, uma kwakukhona kubo inhliziyo enjalo ukuba bangesabe, bagcine yonke imiyalo yami kuze kube phakade, ukuze kube kuhle kubo nakubantwana babo kuze kube phakade!
Amadoda omuzi asesithi kuye ngosuku lwesikhombisa lingakatshoni ilanga: Kuyini okumnandi okwedlula uluju? futhi yini enamandla kunengonyama? Wathi kubo: Ukube anilimanga ngenkomo yami, ngabe aniyitholanga imfihlakalo yami.