Itsho njalo inkosi: Kangalikhohlisi uHezekhiya, ngoba kayikuba namandla okulikhulula esandleni sakhe.
AmaHubo 73:8 - Contemporary Zulu Bible 2024 Bakhohlakele futhi bakhuluma kabi ngosizi; bakhuluma ngokuzidla. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayaklolodela; ebubini bakhuluma ngokukhahla; bakhuluma besekuphakamemi. IsiZulu 2020 Baklolodela abanye, bakhulume okubi, baziqhenye, bahlongoze ukubacindezela. |
Itsho njalo inkosi: Kangalikhohlisi uHezekhiya, ngoba kayikuba namandla okulikhulula esandleni sakhe.
Bayabuya, kepha ababuyeli koPhezukonke; banjengomnsalo okhohlisayo; izikhulu zabo ziyakuwa ngenkemba ngenxa yentukuthelo yolimi lwabo; kuyakuba yinhlekisa kubo ezweni laseGibithe.
Kodwa ikakhulu labo abahamba ngokwenyama enkanukweni yokungcola, bedelela ukubusa. Bayagabadela, bazicabangela bona, abesabi nokukhuluma kabi ngezithunzi;
Ngokuba bekhuluma amazwi okuyize okuyize, babayenga ngezinkanuko zenyama, ngamanyala, labo ababesesindile kulabo abahamba ngokuduka.
Laba ngabakhonondi nabasolayo, behamba ngezabo izinkanuko; nomlomo wabo ukhuluma izikhukhula, betusa ubuso babantu ngenxa yenzuzo.
Kwakungekho mkhandi ezweni lonke lakwa-Israyeli, ngokuba amaFilisti athi: “AmaHeberu angazizenzele izinkemba nemikhonto.”