Incekukazi yakho yayinamadodana amabili, axabana wodwa endle, akwabakho owawahlukanisa; kodwa omunye watshaya omunye wambulala.
AmaHubo 7:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Ukuze angadwenguli umphefumulo wami njengengonyama, awuklebhule, kungekho osindisayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngisindise kubo bonke abangizingelayo, ungikhulule, bangaze bawudwengule umphefumulo wami njengengonyama eklebhula, kungekho okhululayo. IsiZulu 2020 funa bangidwengule njengengonyama, bangidweshule kungekho ongikhululayo. |
Incekukazi yakho yayinamadodana amabili, axabana wodwa endle, akwabakho owawahlukanisa; kodwa omunye watshaya omunye wambulala.
Uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uqamekela ukubamba abampofu; uyabamba ompofu lapho emdonsela enetheni lakhe.
Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Ngiyethemba uJehova; nisho kanjani emphefumulweni wami ukuthi: “Balekela entabeni yakho njengenyoni na?
Njengengonyama ehahela impango, nanjengebhongo lengonyama elicasha ezindaweni zokucasha.
Khothamelani kimi; ngisindise masinyane; ube yidwala lami eliqinile, indlu yenqaba yokungisindisa.
Kodwa ebunzimeni bami bajabula futhi babuthana ndawonye; bangidwengula futhi abazange bame.
Lalelani lokhu khathesi, lina elikhohlwa uNkulunkulu, ukuze ngingalidabula, njalo kungabi lamuntu osindisayo.
Intukuthelo yenkosi injengokubhonga kwengonyama; kepha ukuthokoza kwakhe kunjengamazolo otshanini.
Ngacabanga kwaze kwasa ukuthi uyawaphula onke amathambo ami njengengonyama; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.
NgoGadi wathi: “Ubusisiwe owandisa uGadi; uphila njengebhubesi udwengula ingalo ngomqhele wekhanda.
Nokho iNkosi yema nami, yangiqinisa; ukuze ngami ivangeli laziwe ngokugcwele, nezizwe zonke zizwe; ngakhululwa emlonyeni wengonyama.
Zithibeni, niqaphe; ngokuba isitha senu uSathane, njengengonyama ebhongayo, siyahamba sifuna engamshwabadela;
Kwakungekho msindisi, ngokuba kwakukude neSidoni, bengahlangene namuntu; kwakusesigodini esingaseBetrehobe. Bakha umuzi, bahlala kuwo.