UNkulunkulu kaIsrayeli wathi: Idwala likaIsrayeli lakhuluma kimi, lathi: Obusa abantu uzakuba ngolungileyo, abuse ngokumesaba uNkulunkulu.
AmaHubo 58:1 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kumholi wokuhlabelela, u-Altashiti, uMiktamu van Davide. Ingabe ngempela uyakhuluma ubulungisa, bandla? nahlulela kahle nina madodana abantu na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Imbala nikhuluma ukulunga ngokuthula na? Madodana abantu, nahlulela ngobuqotho na? IsiZulu 2020 Kungabe impela nikhuluma ukulunga nobuqotho na? Madodana abantu, ngabe nehlulela ngobuqotho na? |
UNkulunkulu kaIsrayeli wathi: Idwala likaIsrayeli lakhuluma kimi, lathi: Obusa abantu uzakuba ngolungileyo, abuse ngokumesaba uNkulunkulu.
Ayesefika onke amadoda amakhulu akwa-Israyeli enkosini eHebroni; inkosi uDavide yenza isivumelwano nawo eHebroni phambi kukaJehova, amgcoba uDavide abe yinkosi kwa-Israyeli.
Kumholi wokuhlabelela, u-Altashiti, uMikitamu kaDavide, ekubalekeni kwakhe uSawule emhumeni. Ngihawukele, Nkulunkulu, ngihawukele, ngokuba umphefumulo wami wethemba wena, yebo, emthunzini wesandla sakho. Amaphiko ngizophephela kuze kuphele lezi zinhlekelele.
Kumholi wokuhlabelela, u-Altaskiti, uMikitamu kaDavide, ekuthumeleni kukaSawule, bayilinda indlu ukuba bambulale. Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo.
INkosi yasisithi kuMozisi: Ngibuthele amadoda angamatshumi ayisikhombisa kubadala bakoIsrayeli, owaziyo ukuthi bangabadala babantu lezinduna zabo; uwalethe etendeni lokuhlangana, ukuze ame khona nawe.
Khona babuthana abapristi abakhulu, nababhali, namalunga esizwe egcekeni lompristi omkhulu othiwa uKayafase;
Kwathi sekusile, bonke abapristi abakhulu namalunga esizwe benza icebo ngoJesu ukuba bambulale;
Sebezwile bangena ethempelini ekuseni kakhulu, bafundisa. Kepha kwafika umpristi omkhulu nababe naye, babizela ndawonye umkhandlu nawo onke amadoda amakhulu abantwana bakwa-Israyeli, bathumela etilongweni ukuba balethwe.